UMQASHWA: Isibongo Amagama afingqiwe ... Inombolo kamazisi ...inombolo yeqembu lakho ... Ikheli ohlala kulo ... Ikhodi yeposi ... Usuku lokuzalwa ... ubulili ... ushadile/awushadile ... Umsebenzi...
UMQASHI: Igama lomqashi owayesetshenzelwa ngesikhathi kutholakala isifo Ikheli...
Igama lomqashi wamanje noma wakudala...
Chaza indlela umqashi athi kwatholakala ngayo isifo (Bala imisebenzi eyizimbangela noma izinqubo)...
Usuku okwabikwa ngalo isifo kumqashi...
Usuku lokuqala lokubonisana nodokotela...
Igama nekheli likadokotela...
Usuku okwabonwa ngalo isifo...
Ngeviki R Ngenyanga R...
Isiginisha yomqashi noma umuntu ommelele.


Sebenzisa lokhu ngokulandela imithetho esecaleni NO.
Usuku okwenziwa ngalo...
Ukukhokhwa kwe-akhawunti kwavunywa ngo...
Inkokhelo ye-akhawunti yakho ibanjiwe kulindelwe irisidi ya...
Lengozi isaphenywa uma icala lamukeleka, inkokhelo ku-akhawunti yakho ingalindelwa.
I-akhawunti yakho kumele ibe nomkhondo kulelihhovisi. Sicela usithumele impindakabili eqondene ne-akhawunti, ucaphune inombolo yesibizo engaphezulu. Ikhophi/amakhophi emibiko yezempilo yokuqala neyokugcina kanye nezithombe ze x-ray nayo iyadingeka.
Uma kwenzeka kudingeka okunye ukubhalelana sicela ucaphune inombolo yesibizo engaphezulu.
UKhomishani weziNxephezelo Usuku:...
Ifomu elehlukile, eligcwaliswe laba yi duplicate, kufanele lilethwe ne-akhawunti eqondile, mayelana ne-akhawunti ngayinye esithathe isikhathi esiyizinyanga ezimbili noma ngaphezulu ingakhokhiwe.
Odokotela bezemithi noma izibhedlela abelapha umsebenzi ekuqaleni mayelana noma yikuphi ukulimala kufanele, ngaphezulu kwe-akhawunti eshiwo kanye nefomu yakhe, bafake iSigaba B soMbiko wabaQashi kanye nekhophi yoMbiko wokuQalangokuLimala iW. Cl.
Uma lelihhovisi lithola ukuthi umqashi akazange ayibike ingozi, uma kutholakala lezi zincwadi ezishiwo ngenhla, uyothintwa ngokushesha. Kwezinye izikhathi lapho ingozi kube ngencanyana nje futhi lemibiko eshiwo ngenhla isitholakele, kuyoba lula ukwamukela isibizo bese siphothula nokukhokhela i-akhawunti.
